Ukuvulwa kwezikole kufanele kuncike ekulandeleni imigomo yezempilo – SADTU | Isambane News

Isambane News 1200px-SADTU_logo.svg_-300x300 Ukuvulwa kwezikole kufanele kuncike ekulandeleni imigomo yezempilo - SADTU  | Isambane News  Isambane

Udaba ngu: Samukelisiwe Hadebe

INyunyana yothisha kuleli i-SADTU ithi ukuvulwa kwezikole kufanele kuncike ekulandeleni imgomo yezempilo yokuzivikela kanye nokugcina ibanga.

iSADTU ithi lo umbuzo okufanele uMnyango wezeMfundo uzibuze wona ukuthi ukulungele kangakanani ukuvulwa kwezikole.

uNobhala jikelele walenyunyana uMnu Mugwena Maluleke uthi bathole ukuthi izifundazwe eziyisikhombisa izikole zakhona azikakulungeli ukubuyela ezikoleni njengoba zingenawo amanzi kanye negqalasizinda ayikho esimeni.

UMaluleke uthi kudingeka izinyanga ezimbili noma ngaphezulu ukulungiselela ukuvula kwezikole.

Related posts

Leave a Comment