uMasipala waseNewcastle udlulise amazwi enduduzo emndenini yabalahlekelwe engozini yemoto

Isambane News 20106467_2049757581921770_1950148618781220528_n-300x169 uMasipala waseNewcastle udlulise amazwi enduduzo emndenini yabalahlekelwe engozini yemoto  Isambane

Sandile Mahlaba

Bachazwe njengamaqhawe abesilisa abane abashona ngengozi yemoto eyasha yangqongqa eNewcastle ngaseMabhodini, enkonzweni yesikhumbuzo, ebibanjelwe eMajuba College izolo.

Inkonzo yesikhumbuzo ibihanjelwe nawuSodolobha wakhona eNewcastle uMakhosini Erich Nkosi, noMeya waseMajuba uDkt Musa Ngubane kanye uNobhala we ANCYL uMafika Mndebele

 

 

Related posts

Leave a Comment