Umbiko wokuqhwagwa kombuso usudedeliwe ngokusemthethweni

Isambane News 14516314_352066205132060_1046510516940930303_n-300x199 Umbiko wokuqhwagwa kombuso usudedeliwe ngokusemthethweni  Isambane

Lokhu kuphinde kwaqinisekiswa umholi weqembu le EFF uJulius Malema.
uMalema uthi lombiko uqukethwe kumakhasi angamakhulu amathathu namashumi amahlanu nanhlanu 355.
Umholi weqembu le EFF uMalema uthi njengeqembu basazothatha isikhathi babukisise lombiko emvakokuthi owayengumvikeli womhakathi uThuli Madonsela echaze kabanzi ngalombiko.
Umbiko ubenezincomo zokuthi umongameli uJacob Zuma asungule ikhomishane ezophathwa ijaji elikhulu uMogoeng Mogoeng Mogoeng.
uMadonsela uphinde wakucacisa kulombiko ukuthi ubenesikhathi esifushane ekutheni acubungule lombiko yingakho ekhethe ukuthi umongameli asungule ikhomishane ezophenya kabanzi.
uMalema uthi abalithandi isu lokuthi uMalema kube uyena oqoka ijaji kodwa bayakwamukelwa ngoba uMogoeng Mogoeng uyena ozoqoka ija

Related posts

Leave a Comment