UMHLANGANO WOMPHAKATHI
Newcastle SAPS kanye namalunga e CPF Newcastle, [Sector Six ] siyanimema nonke malunga omphakathi ahlala e Vezubuhle area ukuba nihlanganyele nathi emhlanganweni ozobe ukhuluma ngobugebengu endaweni yethu.
IMINININGWANE NGOKULANDELAYO
USUKU : 24 March 2019
ISIKHATHI : 14:30
INDAWO : Iqhawelesizwe Primary School
OKUZOKHULUNYWA NGAKHO
IZINDLELA ZOKULWISANA NOBUGEBENGU
UKWENGEZWA KWEKOMIDI
UNGATHINTANA NO
Constable PP Myeza : 0788590322
UKUPHUMELELA KWENU KOBA INTOKOZO KITHINA !!!!