Umkhandlu wakwaNongoma ukomelise izikole kanye nabafundi abenze kahle ku-Matric 2019 |

Isambane News 84882307_1216642258520447_2170803847243497472_o-300x200 Umkhandlu wakwaNongoma ukomelise izikole kanye nabafundi abenze kahle ku-Matric 2019 |  Isambane

Lomcimbi wokukomelisa izikole kanye nabafundi abenze kahle ku-Matric ka-2019 (Mayoral Excellence Awards) obuhlelwe uMkhandlu wakwaNongoma ububanjwe izolo ehholo lomphakathi iMulti Purpose Hall kwaNongoma,KwaZulu-Natal.

Isambane News 82517954_1210820979102575_4710554121176875008_o-1024x1024 Umkhandlu wakwaNongoma ukomelise izikole kanye nabafundi abenze kahle ku-Matric 2019 |  Isambane

Umhlonishwa uMeya uMncwango ukomelise abafundi abangu-5 abaphase kahle ngamaTablet kanye nezitifiketi.

Isambane News 84882307_1216642258520447_2170803847243497472_o-1024x683 Umkhandlu wakwaNongoma ukomelise izikole kanye nabafundi abenze kahle ku-Matric 2019 |  Isambane

Obashaye emakhanda uPhiliswa Ntshangase ophinde wakonyeliswa ngesheke lika-R 5000.

Isambane News 83623937_1216642038520469_896824265582575616_o-1024x683 Umkhandlu wakwaNongoma ukomelise izikole kanye nabafundi abenze kahle ku-Matric 2019 |  Isambane

uMkhandlu uphinde wanikela nge-Full Bursary Scheme kwabanye abafundi abawu-5 okuyothi mase- sebephothule izifundo zabo beze bezosebenza kuMasipala wakwaNongoma.

Isambane News 83759600_1216641808520492_5527791985634574336_o-1-1024x683 Umkhandlu wakwaNongoma ukomelise izikole kanye nabafundi abenze kahle ku-Matric 2019 |  Isambane

Kuphinde abafundi abawu-30 bona babhadalelwe i-registration Fee.

Isambane News 83696982_1216642398520433_2043948668146417664_o-1024x683 Umkhandlu wakwaNongoma ukomelise izikole kanye nabafundi abenze kahle ku-Matric 2019 |  Isambane

Udaba nezithombe: Nongoma Municipality

Related posts

Leave a Comment