UMnu Sihle Zikalala ufungiswe njengo ndunankulu omusha waKwa-Zulu Natal

Isambane News 61223119_10217750089936029_4329121425693605888_n-300x200 UMnu Sihle Zikalala  ufungiswe njengo ndunankulu omusha waKwa-Zulu Natal  Isambane

Udaba ngu: Siyabonga Mthethwa

Isambane News 61281243_10217750062415341_3134840545667448832_n UMnu Sihle Zikalala  ufungiswe njengo ndunankulu omusha waKwa-Zulu Natal  Isambane

Lowo obengu Ngqongqoshe Wezokuthuthukiswa Komnotho, Ezokuvakasha kanye neZindaba Zemvelo Kwa-Zulu Natal,uMnu Sihle Zikalala ufungiswe njengoNdunankulu omusha waKwa-Zulu Natal namhlanje ekuseni ngesikhathi kuhlezi isiShayamthetho.

UZikalala ufungiswe ngezithuba zawo-10:00 ekuseni namhlanje.

UZikalala ungene ezicathulweni zikaMnu Willies Mchunu, nobenguNdunankulu kulesifundazwe.

I-ANC Kwa-Zulu Natal iqinisekise ngokuthi izomeseka lo ndunankulu omusha ezintweni ezithinta ukuphatha,

Isambane News 61307028_10217750086055932_9080697556903657472_n UMnu Sihle Zikalala  ufungiswe njengo ndunankulu omusha waKwa-Zulu Natal  Isambane
Isambane News 61647969_140796160423308_4382250480382771200_n UMnu Sihle Zikalala  ufungiswe njengo ndunankulu omusha waKwa-Zulu Natal  Isambane
Isambane News 61361733_10217750094096133_5432352301874413568_n UMnu Sihle Zikalala  ufungiswe njengo ndunankulu omusha waKwa-Zulu Natal  Isambane
Isambane News 61353713_10217750064695398_7078248271520464896_n UMnu Sihle Zikalala  ufungiswe njengo ndunankulu omusha waKwa-Zulu Natal  Isambane

Izithombe zicashunwe ku-Facebook: https://web.facebook.com/KZNGOV


Related posts

Leave a Comment