Umnyango wezokubusa ngokubambisana kanye nezomdabu uthi uyaleseka ikhwelo elenziwe umnyango wezamanzi nokuthuthwa kwendle lokuthi kongiwe amanzi.
Lokhu kulnadela ukuthi kubhekisiswe indlela amanzi asebenza ngayo budedengu.
Nnokuthi kuphume izindlela zokugwema ukusetshenziswa kwamanzi budlabha njengalokhu isomiso sibhidlangile.
Ungqongqoshe uPaul Mashatile uthi banxusa omaspala ukuthi babe ingxenye yalomkhankaso wokugcina amanzi
Njengalokhu kunokuqhuma kwamapayipi amanzi aphinde alungiswe lokho nakho kudala ukulahleka kwamanzi okuholela ekutheni ukongiwa kwamanzi kuqiniswe.
uMashatile unezezele ngokuthi ukongiwa kwamanzi kuzohamba ibanga elide
Umnyango wezokubusa ngokubambisana kanye nezomdabu uthi uyaleseka ikhwelo elenziwe umnyango wezamanzi nokuthuthwa kwendle lokuthi kongiwe amanzi.
