Unethemba lokuvika izembe owe Maritzburg United

Isambane News SABC-News-Maritzburg-Tinkler-Twitter-@MaritzburgUtd-300x169 Unethemba lokuvika izembe owe Maritzburg United  Isambane

Ntobeko “Shombela Imbongi” Makhaye

Isambane News SABC-News-Maritzburg-Tinkler-Twitter-@MaritzburgUtd Unethemba lokuvika izembe owe Maritzburg United  Isambane

Akakaliphonsi ithawula umqeqeshi we Maritzburg United u Eric Tinkler kwi-Premier Soccer League (PSL).

Uthi uzimisele kakhulu ukuvika izembe njengoba kubukeka kungahambi kahle eqenjini lakhe kule sizini, kubukeka kungayihambeli kahle i-Maritzburg United kuzokhumbuleka ukuthi kuma sizini adlulile i-Maritzbug beyenza kahle kakhulu.

Imibono yabalandeli ithi kumele uTinkler athenge abadlali, yize kunjalo uthi akalilahlile ithemba lokuvika izembe.

Related posts

Leave a Comment