Lo Dj wodumo unikwe inkantolo kamantshi yase Tembisa ,eMpumalanga Randi ibheyili kulandela ukubonakala kwi-Video eshaya umkakhe ngesibhakela endaweni yobumnandi.
Lomfanekiso we-Video wagcwala ezinkundleni zokuxhumana.
U-Mkhomza ubhekene namacala okuzama ukubulala,ukucekela phansi impahla kanye nokushaya.