Usephinde wangeniswa esibhedlela sase Kapa u Archbishop Desmond Tutu kulandela ukubhibha kwenxeba lapho kade ehlinzwe khona ngaphambilini ngesikhathi elashelwa isifo somdlavuza.
UTutu ungeniswe esibhedlela ngomgqibelo ekuseni kulandela ukubhibha lapho ebehlinzwe khona.
Umndeni usudlulise ukubonga okukhulu ngemikhuleko eqhubekayo.