Usenekhaya elisha uBongani Mtolo | Isambane News

Isambane News EUqNcHeVAAASGbv-300x225 Usenekhaya elisha uBongani Mtolo | Isambane News  Isambane

Udaba ngu: Njabulo Shezi

Isibabuli somsakazi uBongani Mtolo usethole ikhaya elisha lokusakaza okuyiRadio 2000 emveni kweside isikhathi kunamahlebezi athi uMtolo angase ashiye kuEast Coast Radio lapho abesakaza khona futhi abesebambe iminyaka khona.

UMtolo uzojoyina ithimba lasekuseni (Breakfast Show) kanti ngalolushintsho olwenziwe yiRadio 2000 kulindeleke ukukhuphuka kwezibalo zabalaleli njengoba uMtolo ubengaconsi phansi kubathandi beEast Coast Radio.

Isithombe: Radio 2000 Twitter

Related posts

Leave a Comment