USINDE IZIGEBENGU ZISHO UKUMQEDA UTSHATHA

Isambane News 58442800_2185098168468982_3003659947956240384_n-241x300 USINDE IZIGEBENGU ZISHO UKUMQEDA UTSHATHA  Isambane

Udaba ngu: Ntobeko Makhaye

Uphunyuke elonyeni wengwenya umsakazi woKhozi FM uKhathide “Tshathugodo” Ngobe ngesikhathi ehlaselwa abangaziwa bemdubula namhlanje ekuseni.

Kubikwa ukuthi uTshatha ubalekile ngemoto yakhe kade ejahwa ngenhlanhla ngenhloso yokumduna imoto kodwa bagcine bengamtholanga,okuyikona okumenze wasinda kulenxekelele.

Uthi uTshatha imoto ibidla amagalani njengoba bemuxosha besho ukuqeda ngaye.

uTshatha ubhale ngalokhu ekhasini lakhe laku-facebookhttps://www.facebook.com/484290022005519/posts/670830313351488/?app=fbl ukuthi usinde ngokulambisa kade ehlaselwa.

Utshatha uthi ubonga uJehova ngokumsindisa.

Isambane News 58543022_2185098161802316_3529067076847140864_n USINDE IZIGEBENGU ZISHO UKUMQEDA UTSHATHA  Isambane

Umonakalo omotweni abehamba ngayo uTshatha odalwe izinhlamvu zesibhamu ebesisho ukungiqeda namuhla

Izithombe:

Related posts

Leave a Comment