Usolwa ngokushaya uMaskanda akhihlize amagwebu | Isambane News

Isambane News 17342786_1181436621965488_842715335481557219_n.jpg-251x300 Usolwa ngokushaya uMaskanda akhihlize amagwebu  |  Isambane News  Isambane


Udaba ngu: Njabulo Shezi

Isihlabani somculo kaMaskandi uQhoshangokwenzakwakhe Sibisi usolwa ngokushaya uMgqilazi ngomshiza ekhanda walala amankeyane wakhihliza amagqebuu waphuthunyiswa esibhedlela esexhunywe nemishini yokuphefumula,

Lengxabano isuke ngemuva kokuba uMgqilazi egibele esiteji wathi eShowe nokulapho kuqhamuka khona uQhoshangokwenzakwakhe akukho zinsizwa khona nokuthe mayedilika esiteji uQhoshangokwenzakwakhe waqonda kuye wayombuza ukuthi umhlambalaze lani phambi kwabantu nokulapho-ke uQhoshangokwenzakwakhe egadle khona kuMgqilazi walala amankeyane.

Related posts

Leave a Comment