ubeyimpumelelo umcimbi obuhlelwe ngumsakazi weNewcastle community radio osakaza ngomgqibelo uhlelo olubizwa ngokuthi sigijima kwezikude iyntaba.lomcimbi abewenzile ubizwa ngokuthi STAYELA’s awards ububanjelwe eMadadeni community hall esigcemeni sesithathu.bekutholene amaqembu kamaskandi aqhamuka ezindaweni eziningi ezahlukene,umphakathi ukhombise ukuwuthakasela kakhulu lomcimbi kubonakale ngendlela obugcwele ngayo.namaqembu abeqhudelan ebemaningi kakhulu kanti ke futhi akwazile ukth wonke lamaqembu azitholel izitifiketi.iqembu elidle umhlanganiso elihambe nendondo enkulu kube iqembu likaMjozana wakwaMathukuza obonakale ejabule kakhulu ngokuwina kwakhe
ngokusho kukastayela uthe lama awards asezoba khona iminyaka yonke njalo ngoseptember kwazise phela useptember inyanga yezamasiko.uthe uma nje umphakathi kanye nalamaqembu kamaskandi engamhlonipha futhi ngokuzayo
weNewcastle community radio
