Yenza kahle i-Wasn’t planned kaDBA Flame no Tylor | Isambane News

Isambane News received_616751792371400-200x300 Yenza kahle i-Wasn't planned kaDBA Flame no Tylor | Isambane News  Isambane

Udaba ngu: Njabulo Shezi

Ingoma eqoshwe ngaphansi kwestebele somculo weHip Hop iMoney Making Kings equkethe oTreezymcee, Tylor Kidd, DBA Ricco, DBA Flame noHashtag Beat,yenza kahle njengoba selokhu iphumile ezinsukwini ezimbalwa ezedlule abantu bawuvali umlomo ngayo bekhombisa ukuyamukela ngezandla ezimhlophe futhi ibukeka ingena ebantwini.

Lengoma esihloko sithi “Wasn’t Planned” eshawa nguDBA Flame apike kuyo uTylor Kidd (osesithombeni) iphume emavikini ambalwa edlule.


Kanti ungaphinde uzitholele nomunye umculo okhishwa ngaphansi kweMMK ngokubalandela ezinkundleni zokuxhumana.

Related posts

Leave a Comment