Ongu msakazi we NCR usekhiphe incwadi yakhe I Forward with faith

Isambane News siya-01-300x180 Ongu msakazi we NCR usekhiphe incwadi yakhe I Forward with faith  Isambane

U Siyabonga Mthethwa wazalelwa e Newcastle kodwa wakhulela e Gauteng (Daveyton).

Wafunda isikole khona lapho efundele khona i project management ayifundele National home registration council . Manje usengu msakazi we Newcastle radio (103.7fm), aphinde abe umluleki wezingane kanye nosomabhizinisi ophusha inkampani yakhe i Siyaphambili kanye nokunye.

 

Lomqondo wokubhala lencwadi uze emva kokuba ehluleke ukuphatha ibhizinisi lezimpahla zokwakha elimushiye nezifundo ngempilo futhi wabona nesidingo sokudlulisa ulwazi ngencwadi.

 

Ukhuthele ezihlanganweni zokuthuthukisa abantu abasha futhi uyakholelwa kunqubekela phambili.

Lengcwadi ibhekiswe kubantu abasha kuleli kanye kuwo wonke umuntu njengeseleleko ekwenzeni okulungile kanye nokwakheka ngoko mphefumulo.

 

Related posts

Leave a Comment