kukhishwe abantu esbhedlela iNewcastle provincial hospital

Isambane News maxresdefault-300x169 kukhishwe abantu esbhedlela iNewcastle provincial hospital  Isambane

by:Zamokuhle Ximba
kukhishwe abantu esbhedlela iNewcastle provincial hospital kulandela imibiko yebhomu namhlanje ekseni.amaphoyisa omgwaqo aphume ngobuningi bawo evala izindlela ezingenela kulesi sibhedlela.ocwepheshe abasEbenza ngezamabhomu bebephansi phezulu bezama ukubheka ukth ngabe lezi nsolo ezibikiwe ziyiqiniso nokuthi lingakuphi ibhomu.
okhulumela isbhedlela uSabelo Buthelezi uthe kube nomshuqulu osolisayo.

Related posts

Leave a Comment