Kulimale abantu abalishumi nanhlanu ngenkathi kuginqika itekisi ku N3

Isambane News FB_IMG_14735184777625943-300x225 Kulimale abantu abalishumi nanhlanu ngenkathi kuginqika itekisi ku N3  Isambane

Isambane News FB_IMG_14735184706133437 Kulimale abantu abalishumi nanhlanu ngenkathi kuginqika itekisi ku N3  IsambaneKuginqike itekisi Ku N3 eThekwini namhlanje ekuseni ebelibheke e Wesville kwalimala abantu abalishumi nanhlanu.

Abezimo eziphuthumayo kwa Netcare911 Paramedics bathe abekho esimeni esibucayi laba abathole ukulimala.

Abantu abayishumi nanhlanu bathole ukulimala okungatheni ngemuva kokuginqika kwetekisi.

Abakwa Netcare 911 Paramedics basebenzisane nabezimo eziphuthumayo zakwezinye izikhungo endaweni yesigameko kanti bonke abalimele balashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuthi baphuthunyiswe esibhedlela.

Imbangela yengozi ibingakaziwa.

Related posts

Leave a Comment