Ubudlelwane buka Naire ne PikiTup sebufike emaphethelweni

Isambane News FB_IMG_14735007535090580-300x231 Ubudlelwane buka Naire ne PikiTup sebufike emaphethelweni  Isambane

Isambane News FB_IMG_14735007535090580 Ubudlelwane buka Naire ne PikiTup sebufike emaphethelweni  IsambaneInkampani eqoqa imfucuza eGoli I PikiTup izolo ixoshe loyo obeyisikhulu Kyle nkampani u Amanda Naire.

Lokhu kulandela ukuthi kutholakale ukuthi izinsolo abekwa zona zokungahambisani nemigomo yokusebenza kwakhe kule nkampani ziliqiniso.

Ibhodi lake a PikiTup selinqume ukuthi kubafanele ukuthi bamsuse u Nature kulesisikhundla baqede bonke ubudlelwane no Naire nedolobha laseGoli.

U Naire wathatha ilivi ekhethekile ngenyanga ka April walonyaka,kulandela isiteleka samasonto amahlanu sabasebenzi abangaphansi kwe nyunyana ye SAMWU emva kokuthi inyunyana yamsola ngokukhwabanisa.

Related posts

Leave a Comment