umqeqeshi we bafana bafana uthi badinga umthandazo

Isambane News FB_IMG_14735299991434261-300x210 umqeqeshi we bafana bafana uthi badinga umthandazo  Isambane

Isambane News FB_IMG_14735300732011724 umqeqeshi we bafana bafana uthi badinga umthandazo  IsambaneIsambane News FB_IMG_14735299991434261 umqeqeshi we bafana bafana uthi badinga umthandazo  IsambaneUmqeqeshi we bafana bafana u Mnuz Shakes Mashaba, ukhale kakhulu ngendlela abafana bakhe abadlale ngayo bebhekene ne Mauritania.

Lomdlalo oyingxenye yomkhankaso wokungenela i Africa Cup of Nations uphele ngo 1-1 yize i Mauritania ibisidlala ngabadlali abalishumi.

“Okwenza kuzwele kakhulu wukuthi sihlulwe amapenadi nokuyilona ebekumele silithole lisibeke kwelinye izinga sibuye sindizela phezulu” kusho uMashaba.

U Mashaba uthe yize kunjalo ,ubona sengathi abafana bakhe badlale kahle ubuye wakhala ngenqaku abalishiyile kodwa uyasibona isikhala somuntu oyedwa noma ababili abazoba insika yeqembu lesizwe.

Related posts

Leave a Comment