uyanda umonakalo kumangcwaba ase Roy Point, e Newcastle

Isambane News Roypoint-2-300x225 uyanda umonakalo kumangcwaba ase Roy Point, e Newcastle  Isambane

Umonakalo ubonakala wanda kakhulu kumangcwaba ase Roy-Point ngase Karbocherm eNewcastle eKzn.

Amanye amangcwaba aseyimigodi bese kuthi amanye alimale amatshe esikhumbuzo.

Njengoba kuzoba nezimvula ezinkulu ezizayo kungase kube nomonakalo omkhulu kulawo mangcwaba asevele enomonakalo.

Umasipala wase Newcastle unxusa umphakathi ukuba uzohlola isimo samangcwaba alabo abathandiweyo babo asebadlula emhlabeni ukuthi ing

Isambane News Roypoint-1 uyanda umonakalo kumangcwaba ase Roy Point, e Newcastle  Isambane
Uyanda umonakalo kumangcwaba ase Roy Point e Newcastle
abe sisahamba kahle yini ngoba muningi omonakalo okhona.

Related posts

Leave a Comment