UKUBALULEKA KOKULALA NGOKWANELE

Isambane News FB_IMG_14737101482217428-229x300 UKUBALULEKA KOKULALA NGOKWANELE  Isambane

Abantu abaningi abaqondi ukuthi ukulala amahora awu-7 kuya kuyawu-8 kubaluleke njengokudla nokuphuza amanzi.Uma silele umzimba uthola ithuba lokuthi uqale kabusha uzakhe (build and repairs itself) ngokuthi ukhiqize i-protein esiza ukwakha nokulungiswa kwama-tissues omzimba.Uma silele umzimba ukhiqiza amahomoni esingabala phakathi kwawo i-Human Growth Hormone esiza ukuvikela umzimba ibuye isize abantu bangasheshi ukuguga.I-homoni yesibili yi Melatonin esiza ukwelapha umzimba isize nasekuvikeleni umzimba ezifweni.

Eyesithathu yi-Leptin esiza ukuthi singadli uma ukudla kwanele emzimbeni.Manje ucwaningo lukhomba ukuthi kubantu abalala isithathi esinganele ,i-Leptin ayikhiqizeki ngokwanele,nokwenza abantu balangazelele ukudla okungenamsoco (funk food).Uma ungalali ngokwanele ,nokusebenza kobuchopho kuyaphazamiseka kuholele ekutheni abantu bangakwazi ukulalelisisa kahle (poor concentration),(depressed). Izimbangela zokungalali ezihamba phambili ukungadli ukudla okunomsoco,nokuphatheka kabi emoyeni (stress).

UKUPHILA WELLNESS CENTRE KUNAMAKHAMBI EMVELO ASIZA KAKHULU UKULAWULA I-STRESS,ADAMBISE (CALM) AMA-NERVES UKUZE KUBELULA UKULALA.SIVAKASHELE SESISIZE ABANINGI , SINOMSHINI OHLOLA LONKE INGAPHAKATHI LAKHO,SELAPHA NGAMAKHAMBI EMVELO.Isambane News FB_IMG_14737101704365878 UKUBALULEKA KOKULALA NGOKWANELE  Isambane

Related posts

Leave a Comment