Abezimo eziphuthumayo bakhala ngokuhlukunyezwa

Isambane News FB_IMG_14739500462233292-2-300x225 Abezimo eziphuthumayo bakhala ngokuhlukunyezwa  Isambane

Isambane News FB_IMG_14739500462233292-2 Abezimo eziphuthumayo bakhala ngokuhlukunyezwa  IsambaneAbasebenzi bezimo eziphuthumayo bacela umphakathi ubavikele ukuze bezokwazi ukuthi benze umsebenzi wabo ngendlela efanele.

Lokhu kuvela emva kokuthi kube nezihlakalo eziningi ezibekwe lapho khona abasebenzi bezimo eziphuthumayo bethola ukuhlukumezeka emphakathini.

Abezimo eziphuthumayo baye babanjwe inkunzi uma besendleleni yokuhlenga laba abasezingozini yingakho abezimo eziphuthumayo benxusa ukuthi bavikeleke.

Related posts

Leave a Comment