BADINGA UKUTHUTHUKISWA OTHISHA

Isambane News FB_IMG_14741246512679241-260x300 BADINGA UKUTHUTHUKISWA OTHISHA  Isambane

Inyunyana yothisha i SADTU ithi othisha badinga ukuthuthukiswa ekutheni bakwazi ukuthi benze kangcono umsebenzi wabo emagumbini okufunda.

Lokhu kulandela inhlolovo ekhishwe ekhomba ukuthi ukusebenza kothisha emagumbini okufundela sekwehlile.

I SADTU ithi lokhu kudalwa ukuthi uhlelo lokufundisa selushintshile kanti ke othisha kudinga ukuthi bahambisane nohlelo olusha ukuze bezokwenza kangcono umsebenzi wabo.

Related posts

Leave a Comment