UPHINDE WANGENISWA ESIBHEDLELA UTUTU

Isambane News FB_IMG_14741245501060844-300x187 UPHINDE WANGENISWA ESIBHEDLELA UTUTU  Isambane

Usephinde wangeniswa esibhedlela sase Kapa u Archbishop Desmond Tutu kulandela ukubhibha kwenxeba lapho kade ehlinzwe khona ngaphambilini ngesikhathi elashelwa isifo somdlavuza.

UTutu ungeniswe esibhedlela ngomgqibelo ekuseni kulandela ukubhibha lapho ebehlinzwe khona.

Umndeni usudlulise ukubonga okukhulu ngemikhuleko eqhubekayo.

Related posts

Leave a Comment