Ngeke ikhushulwe imali yabafunda ngo-NSFAS

Isambane News download-1-1 Ngeke ikhushulwe imali yabafunda ngo-NSFAS  Isambane

UNgqongqishe weMfundo ePhakeme uBlade Nzimane uqinisekise ukuthi ngeke ikhushulwe imali yabafunda ngaphansi kwesikhwama se-NSFAS,

Lo ngqongqoshe usho lokhu ngesikhathi ememezela ngezinguquko nezinqumo ezenziwe mayelana nokushushulwa kwemali yokufunda ezikhungweni eziphakeme.

Uqhubeke wathi nabafundi “abandikindiki” labo ngabafundi abathathwa ngokuthi bacebe kakhulu ukuthi bangathola uxhaso lukahulumeni kodwa futhi bahlwempu kakhulu ukuthi bangakwazi ukukhokhela imfundo yabo.

“Sizobaseka abafundi abangaphansi kuka-Nsfas kanye nalabo abandikindiki kwembokodo nesisekelo,”kusho uNzimande.

Related posts

Leave a Comment