Abafundi abaneme ngesimemezelo esikhishwe u Nzimande

Isambane News 14355739_345766099095404_6155735373216320567_n-300x169 Abafundi abaneme ngesimemezelo esikhishwe u Nzimande  Isambane

bafundi ebebhikisha kulandela isimemezelo esikhishwe uDkt Blade Nzimande izolo esingabajabulisanga neze, babuyele enyuvesi nokuyilapho bebeyohlangana khona ukuhlela umhlahlandlela ngalombhikisho.

Kuyokwaba nempi phakathi kwezitshudeni nonogada benkampani ezimele.

Emvakwalempi ebiphakathi kwabo bayebavunyelwa ukuthi bangene phakathi kwenyuvesi.

Kulempi kuyekwaba nokudonsana ngezihluthu kuzitshudeni nonogada kuphindwe kwashayeka nezintatheli kwacekelwa phansi impahla.

Izitshudeni ezingamashumi amathathu eziboshiwe zizodedelwa ngesixwayiso

Related posts

Leave a Comment