Lumenyezelwe ngokusemthethweni usuku lwenkonzo yomcwabo yomculi we kwaito uMandoza

Isambane News 14322319_1805036116381304_7721074814613815135_n-225x300 Lumenyezelwe ngokusemthethweni usuku lwenkonzo yomcwabo yomculi we kwaito uMandoza  Isambane

Lumenyezelwe ngokusemthethweni usuku lwenkonzo yomcwabo yomculi we kwaito uMandoza izolo ngenkathi kunesithangami ebisebanjwe eSoweto theatre oluzoba ngoLumenyezelwe ngokusemthethweni usuku lwenkonzo yomcwabo yomculi we kwaito uMandoza mgqibelo kanti inkonzo yesikhumbuzo sakhe (memorial service) izoba ngolwesithathu
Amazwi enduduzo alokhu engene njalo ngokudlula emhlabeni kwengwazi yomculo we kwaito obedume ngelika Mandoza kubalandeli bakhe ogama lakhe langempela uMduduzi Tshabalala
Sithi lala qhawe uyibekile induku ebandla

Related posts

Leave a Comment