Umalema uhambele umndeni ka Mandoza namhlanje

Isambane News 14333743_345840642421283_4351294857762236358_n-225x300 Umalema uhambele umndeni ka Mandoza namhlanje  Isambane

 

Umholi we-EFF uJulius Malema uhambele umndeni kaMduduzi “Mandoza” Tshabalala eyobhonga emswaneni kulandela ukudlula emhlabeni kwalesi sihlabani.

UMalema utheleke kaMandoza sekuzoshaya ihora lesithathu ntambama eyokhalisana nalo mndeni kulandela izindaba zokushona kwalo mculi wekwaito ngeSonto ekuseni.

Uthe engakangeni nangaphakathi wangungwa yizintatheli nomphakathi, wabe esethatha izithombe nabamcelile.

UMandoza ushone ngemuva kwempi ende nomdlavuza wobuchopho.

Uzofihlwa ngoMgqibelo lo esiya kuwona.

Julius Malema paying his respect at Mandoza’s house in Pimville SOWETO.

Related posts

Leave a Comment