Kuxwayiswa umphakathi ngabantu abazenza abasebenzi bakwa City Power

Isambane News 1533851_1806307106254205_1800200264756347986_n-300x293 Kuxwayiswa umphakathi ngabantu abazenza abasebenzi bakwa City Power  Isambane

Kuxwayiswa umphakathi ngabantu abazenza abasebenzi bakwa City Power bahamba bengena umuzi nomuzi bethi bazohlola ukusebenza kwama metre kanti inhloso yabo ukuzoqola .

Ngokwembiko yabakwa city power kuthiwa labalisa babbonakele nasezinkundleni zokuxhumana lapho khona begqoke imifaniswano yabo .

Abakwa City power kulindeleke ukuthi bakhiphe isitatimende esiggcwele ngaloludaba ekuxwayiseni umphakathi ukuthi abasebenzi babo kulindeleke ukuthi babukeke kanjani

Related posts

Leave a Comment