Lubungazwe ngempumelelo usuku lwamagugu

Isambane News 14492603_347780648893949_7412334561528448281_n-5-225x300 Lubungazwe ngempumelelo usuku lwamagugu  Isambane

Izinkulungwane zabantu bezibuthelene ngomgqibelo enkundleni yezemidlalo I Moses Mabhida e Thekwini ukubungaza usuku lwamagugu lwalonyaka.

Umbungazo wanamhlanje ubuhambisana nekhulunyaka namakhulu onyaka kwabunjwa isizwe samazulu.

Abahleli balomcimbi bathi kuqalwe ngomvilili wezizwe ezahlukene okubalwa kuzo abantu abadabuka e Burundi,Nigeria nabomdabu wase Ndiya.

Related posts

Leave a Comment