UMthethwa uthi kubalulikile ukuba nobuntu

Isambane News 14484698_348836828788331_5436733094412737842_n-2-300x199 UMthethwa uthi kubalulikile ukuba nobuntu  Isambane

Njengalokhu izwe laseNingizimu Africa beligubha usuku lwamagugu ngempelasonto ungqongqoshe wezobuciko namasiko kuzwelonke uNathi Mthethwa uthe kusemqoka ukuthi njengalokhu izwe seledlula emaphutheni enzeka kudala komele kuqinisekiswe ukuthi awenzeki futhi.

Ungqongqoshe uMthethwa uthe izwe komele liphile ngemigomo yokungacwasani ngokobulili nangokungacwasani kulelizwe .

Uqhube wathi kubalulekile ukuthi abantu babenobuntu.

Ungqongqoshe uthe usuku lokugujwa kwagugu namasiko akuleli kofanele kube into yanjalo kungabi umhlaka 24 kuSeptember kuphela

Related posts

Leave a Comment