Ungangezwe lakhe ukhalaze ngabafundi ababhikisha babulale impahla

Isambane News 14440836_348040578867956_6578724216123662995_n-205x300 Ungangezwe lakhe ukhalaze ngabafundi ababhikisha babulale impahla  Isambane

Ungangezwe lakhe ukhulume izolo ezikhundleni zemidlalo I Moses Mabhida Stadium eThekwini ngenkathi kugujwa usuku lwamagugu.
Ungangezwe lakhe uthi namuhla izingane emanyuvesi zibhekene ngeziqu zamehlo nabaphathi noHulumeni kanti abazali bazo
ababonwa nangalukhalo,ubumbano lusho ukwenza izinto ezakhayo.
Imibhikisho evamile echazwa ngeyezimfuno noma ngeyabafundi ayipheze ukubulala impahla ngoba ukudiliza lezo zitebhisi kusho ukuthi thina asisoze safinyelela enfundweni.
Ungangezwe lakhe ukhuluma emva kwemibhikisho yabafundi basemanyuvusi abadicilela impahla ngoba bekhalaza ngezimemezelo esikhishwe uDkt Blade Nzimande ngokunyuka kwezindleko zokufunda ngonyaka ozayo ezingabajabulisile neze.

Related posts

Leave a Comment