UVavi uyakholelwa kwi mfundo yamahhala

Isambane News 14440922_347785202226827_1778827709522460182_n-300x300 UVavi uyakholelwa kwi mfundo yamahhala  Isambane

Oke waba unobhala jikelele we Cosatu uZwelinzima Vavi uthi kungenzeka kuleli kube nemfundo yamahhala.

UVavi ubekhuluma nabafundi base Wits emva kokuba beqeda ukumashela e komkhulu le Cosatu eGoli.

Umfelandawonye wezinyunyana I Cosatu namalungu e SACP bazwakalise ukubeseka abafundi uma sekunemashi mhla zingu 09 ngenyanga ezayo.Imashi kuhloswe ngayo ukuthi kukhushulwe kubhekisiswe kabanzi izindleko zabafundi ngonyaka ozayo.

Related posts

Leave a Comment