Umantashe ukhala ngokungenzi kahle kweqembu okhethweni lohulumeni basekhaya

Isambane News 14516460_349752158696798_2414437163927095141_n-300x188 Umantashe ukhala ngokungenzi kahle kweqembu okhethweni lohulumeni basekhaya  Isambane

Unobhala jikelele weqembu le ANC uGwede Mantashe uthi ukungenzi kahle kweqembu le ANC kukhetho lohulumeni basekhaya kwadalwa ilokhu akubize ngokuswelakal kokuthembakala phakathi kwenhlangano kanjalo nabalandeli beqembu.

uMantashe uthi indlela engagculisi abasebenze ngayo ayidalwanga ukungalethwa kwezidingo .

Uthi kube ukungathembeki ngenxa yamaphutha alo iqembu le ANC.

uMantashe uqhube wathi lapho esekube kwaba nezinkinga khona bakwazile ukuthi balungise izinkinga abo.

Uthi ukhetho lohulumeni basekhaya luthumele umlayezo oqinile kubona njengqembu uthi u 8% obalahlekele akuwona nje wokungalethwa kwezidingo_

Related posts

Leave a Comment