Owayengusekela Ngqongqoshe wezemfundo ephakeme nokuqeqeshwa ubevele enkantolo namhlanje

Isambane News FB_IMG_15101510011107755-300x300 Owayengusekela Ngqongqoshe wezemfundo ephakeme nokuqeqeshwa ubevele enkantolo namhlanje  Isambane

Kuhlehliselwe usuku lwangolwesithathu ukugwetshwa kowayengusekela ngqongqoshe wezemfundo ephakeme nokuqeqeshwa uMduduzi Manana.

uManana ubevele enkantolo kamantshi eRandburg,e Goli namhlanje ehambisana nalaba ababili ayehambisana nabo ngosuku ashaya ngalo abesifazane amabili endaweni yobumnandi.

uManana wawavuma amacala amathathu athweswa wona okushaya ngenhloso yokulimaza emvakokuthi wavela kumakhamera eshaya abesifazane ababili ngaphandle kwendawo yokumnandi eGoli.

uManana uthi uyazisola ngesenzo asenza futhi ukubeka emahlombe ukuthi umthetho udlale indima yawo.

Uthi ngenxa yemibandela yebheyili yakhe ubengakahlangani nabagilwa,Isambane News FB_IMG_15101510011107755 Owayengusekela Ngqongqoshe wezemfundo ephakeme nokuqeqeshwa ubevele enkantolo namhlanje  Isambaneuthi ubulingiswa uyafisa benzeke kubagilwa

Related posts

Leave a Comment