Ubeke phansi izintambo kwesobuMengameli uMugabe

Isambane News FB_IMG_15112896239685984-300x300 Ubeke phansi izintambo kwesobuMengameli uMugabe  Isambane

Ubeke phansi izintambo zokuphatha kwesobuMengameli waseZimbabwe, uMnu Robert Mugabe (93), obesephathe iminyaka ewu-37.

Izindaba zokwesula kuka Mugabe esikhundleni sakhe ziqinisekiswe uSomlomo wePhalamende laseZimbabwe namhlanje ntambama.

Emuva kokubeka phansi kuka Mugabe, izakhamizi zaseZimbabwe zigcwale izitaladi zibhiyozela ukubeka phansi kwakhe.Isambane News FB_IMG_15112896239685984 Ubeke phansi izintambo kwesobuMengameli uMugabe  Isambane

Related posts

Leave a Comment