UCASSPER UQOPHE UMLANDO NGOKUBA UMREPHA WOKUQALA KULELI UKUGCWALISA I-FNB STADIUM

Isambane News FB_IMG_15123843034068599-200x300 UCASSPER UQOPHE UMLANDO NGOKUBA UMREPHA WOKUQALA KULELI UKUGCWALISA I-FNB STADIUM  Isambane

Isambane News FB_IMG_15123843034068599 UCASSPER UQOPHE UMLANDO NGOKUBA UMREPHA WOKUQALA KULELI UKUGCWALISA I-FNB STADIUM  Isambane

Isambane News FB_IMG_15123843200448501 UCASSPER UQOPHE UMLANDO NGOKUBA UMREPHA WOKUQALA KULELI UKUGCWALISA I-FNB STADIUM  Isambane

Isambane News FB_IMG_15123842880009958 UCASSPER UQOPHE UMLANDO NGOKUBA UMREPHA WOKUQALA KULELI UKUGCWALISA I-FNB STADIUM  Isambane

Isambane News FB_IMG_15122838033602777 UCASSPER UQOPHE UMLANDO NGOKUBA UMREPHA WOKUQALA KULELI UKUGCWALISA I-FNB STADIUM  Isambane

Isambane News FB_IMG_15122826420255958 UCASSPER UQOPHE UMLANDO NGOKUBA UMREPHA WOKUQALA KULELI UKUGCWALISA I-FNB STADIUM  Isambane
Umrepha wakuleli uCassper Nyovest usalokhu ehambe phambili namanje ezinkundleni zokuxhumana kulandela kulandela ukuqopha kwakhe umlando ngokugcwalisa i-FNB Stadium ngomgqibelo.
UCassper Nyovest ogama lakhe langempela kungu Refiloe Maele Phoolo owazalelwa eMafikeng ubengaqali ukugcwalisa iStadium njengoba aqala ngokugcwalisa i-The Dome kanye ne Orlando Stadium ,nokuyilapho wabe esemezemela khona ukuthi unesifo sokugcwalisa I-FNB Stadium ngelinye ilanga.
Ukuphumelela kuka Cassper kuyatshengisa ukuthi ayikho into engakuvimba ekufezeni amaphupho akho uma uzimisele futhi usebenza kanzima ukuze uphumelele.
Ukuqopha kwakhe umlando ngokugcwalisa i-FNB Stadium kukhuthaze abantu abaningi kanti nozwakwano kulemboni yomculo sebembongele kakhulu ngokugcwalisa i-FNB Stadium.

Related posts

Leave a Comment