Akasekho emhlabeni u Bra Hugh Masikela

Isambane News Hugh-Masekela-014-300x180 Akasekho emhlabeni u Bra Hugh Masikela  Isambane

U-Hugh Masikela ongumculi weJazz eNingizimu Afrika udlule emhlabeni kulandela ukugula isikhathi eside.

U-Masikela udlule emhlabeni enemiyaka engu-78 ubudala ngemuva kokuxinwa isifo somdlavuza kusukela ngonyaka ka-2008.

Umoya wakhe sengathi ungalala ngokuthula.Isambane News Hugh-Masekela-014 Akasekho emhlabeni u Bra Hugh Masikela  Isambane

Sithi akalale ngokuphumula uHugh Masekela
Inkakha yomculo we-jazz uHugh Masekela ayisekho emhlabeni ngemuva kokuxinwa ukugula, iphethwe yisifo somdlavuza.

© 2018 24.com. Onke amalungelo agodliwe.

Related posts

Leave a Comment