Umphakathi uwabanga nemfuyo amanzi

Isambane News 36880749_2052827028301836_4406376767678316544_n-300x225 Umphakathi uwabanga nemfuyo amanzi  Isambane

Mxolisi Zamokwakhe Mkhize – Impilo iqale phansi kumphakathi wasentabamhlophe ngaphansi komaspala Inkosilangalibalele.

Sekuphele amaviki amathathu umphakathi ungenamanzi futhi ungatshelwangwa lutho ngokuqhubekayo.

Amalungu omphakathi ashayisana ngamakhanda njengoba nekhansela lendawo lingatholakali ocingweni uma lithintwa umphakathi ufuna ukwazi ukuthi ngabe kwenzakalani.

Amahlebezi athi abasebenzi basoThukela bangenele isiteleka okungaqondakali ukuthi ngabe esani.

Ikhansela lendawo okungu Mnuz Mbuzeleni Mkhize alitholakalanga ukuphawula.Isambane News 36865307_2052925274958678_7430372123060731904_n Umphakathi uwabanga nemfuyo amanzi  Isambane

Isambane News 36872617_2052826784968527_787367745598521344_n Umphakathi uwabanga nemfuyo amanzi  Isambane

Isambane News 36880749_2052827028301836_4406376767678316544_n Umphakathi uwabanga nemfuyo amanzi  Isambane

Isambane News 36912366_2052826584968547_275874420961050624_n Umphakathi uwabanga nemfuyo amanzi  Isambane

Isambane News 36923424_2052924891625383_2991299530294558720_n Umphakathi uwabanga nemfuyo amanzi  Isambane

Related posts

Leave a Comment