Kuvulwe ngokusemthweni isikole samaKristu i-ICOF eNewcastle

Isambane News 33849111_1317014308431541_1214044167743733760_n-300x200 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

UDABA NESITHOMBE Ngu: Khethiwe Mazibuko

DANNHAUSER – NAWE Dannhauser awumncinyana bheka ngoba inhlangano
yabefundisi be International Collision Of Fellowship (ICOF) ivule ngokusemthethweni isikhungo semfundo ephakeme eDannhouser eduzane nenkantolo yaseBuhlebomzinyathi I-ICOF inhlangano eyasungulwa isigungu sabefundisi base Melika ,eWashington DC,ngonyaka ka1932
ngenhloso yokufukula abenkolo yobuKristu umhlaba wonke

jikelele,ikakhulukazi izwekazi lase Afrika ngemfundo.
Khonamanjalo lenhlangano isiyaziwa umhlaba wonke njengoba benesinye
isikhungo kwelase Zambia kanye namanye amazwe akhelene neAfrika.
Ongu Preciding Bishop nophinde abe ngusihlalo kulesikhungo uMnuz Sbusiso Ntshangase ulande kabanzi ngalenhlanagano wathi “lenhlangano yasungulwa ngonyaka ka1932,kodwa ibe isivulwa ngokusemthethweni mhlazingama 28 kuNhlaba kuwona lonyaka. uthe sekuqaliwe ukufunda kulesikhungo ,kanti abafundi ababhalisela ukufunda babalelwa emashumini angu-70 .UNtshangase qhube wathi lesikhungo asifundisi ngezeBhayibheli kuphela kodwa zikhona nezinye kubalwa khona ezobuthishela ezenhlalakahle.

Ongumfundi kulesikole uNtombizandile Khumalo ukuqinisekisile ukuthilesikhungo sivuleleke Isambane News 20180528_123007-300x225 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 33729393_1317013825098256_8570004135565328384_n-300x200 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 33849111_1317014308431541_1214044167743733760_n-300x200 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 33939220_1317013941764911_427602451453968384_n-300x200 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 33990781_1317014111764894_6685742506103013376_n-300x200 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 33729393_1317013825098256_8570004135565328384_n-1-300x200 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 33939220_1317013941764911_427602451453968384_n-1-300x200 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 20180528_110112-300x225 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 33849111_1317014308431541_1214044167743733760_n-1-300x200 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambane

Isambane News 33778467_2228287747398549_8809545581333577728_n-300x225 Kuvulwe ngokusemthweni isikole  samaKristu i-ICOF eNewcastle  Isambanekuwona wonke umuntu ofuna ukufunda ,kodwa okuyibona abatola inzuzo yilabo sbenkolo yobuKristu.

Related posts

Leave a Comment