KUYAKHANYA KUMAPROTEAS EMIDLALWENI YE ODL

Isambane News 38512906_10156424406934351_421234943394316288_n-300x199 KUYAKHANYA KUMAPROTEAS EMIDLALWENI YE ODL  Isambane

Andizo Mthembu –

Konke kuhamba kahle kwiqembu lesizwe lamaProteas njengoba lisahamba phambili kwimidlalo ye one day international (ODI) lishaya iSri Lanka, emdlalweni wesithathu iNingizimu Afrika iwine ngamarun angu 78 kanti kubhekwe ukuthi nemidlalo emibili esele amaProteas ewunqobe, okunye umdlalo uzoba ngo10:30 ekuseni kusasa owokugcina ubengesonto.

UReeza Hendricks kubhekwe ukuthi aqhubeke enze kahle kulemidlalo esele njengoba enzile kowesithathu nalapho eshaya icentury, ukhishwe esenamarun angu 102 emabholeni angu 89,abanye abadlali okulindeleke ukuthi besize iqembu Jp Dumminy Kanye no Hashim Amla.
.

Related posts

Leave a Comment