LUBE MNYAMA UHAMBO LWAMABHOKOBHOKO EMENDOZA

Isambane News 620x349-1-300x168 LUBE MNYAMA UHAMBO LWAMABHOKOBHOKO EMENDOZA  Isambane

Andizo Mthembu –

Iqembu lesizwe lamaBhokobhoko liphoxe abaningi lishaywa iqembu le Argentina ngo 32-19 osukwini lwangoMngqibelo emdlalweni wesibili we Castle Lager Rugby championship, kanti emdlalweni wokuqala iqembu lamabhokobhoko lakwazi ukuthi linqobe, khonamanjalo iqala ngegiya eliphezulu imidlalo ye Currie Cup ngempelasonto kanti umdlalo ububhekiwe obuthinta iqembu lamaSharks ne Blue Bulls nokuwumdlalo ogcine unqotshwe oShaka ngo 26-10, uRobert du preez ocija amaSharks uthi ujabulile ngendlela abadlale ngayo kanti usabheke ukuthi iqembu lakhe lilokhu liqhubeka lenza kahle kwiCurrie Cup.

Related posts

Leave a Comment