Sekumi ngemumo ukwethulwa kwenkulumo ebhekiswe esizweni “Ramaphosa”

Isambane News Untitled-design-7-300x163 Sekumi ngemumo ukwethulwa kwenkulumo ebhekiswe esizweni "Ramaphosa"  Isambane

Umengameli wase Ningizimu Afrika ,uMnuz Cyril Ramaphosa uthi konke sekume ngomumo njengoba kulindeleke ukuba kusasa kusihlwa athule inkulumo yakhe ebhekiswe esizweni i-State Of the Nation Address #SONA2019.

Inkulumo kamengameli uRamaphosa kulindeleke ukuthi ithinte kakhulu udaba lomhlaba, ezemfundo,ezemfundo,ezenhlalakahle, ezomnotho, ezemisebenzi ,ikakhulukazi amathuba emisebenzi kubantu abasha kanye nokunye.

Related posts

Leave a Comment