Error

UFelix Hlophe ubonga iGagasi FM ngokushintsha impilo yakhe

UFelix Hlophe ongumsakazi weGagasi FM nosomahlaya, ushayela uhlelo lwasekuseni kwiGagasi FM ehambisana noMinnie Ntuli kusukela ngo-6 ekuseni kuya ku-9 ekuseni phakathi nesonto kuGagasi FM.

UFelix uchaze kabanzi ngeGagasi ekhasini lakhe lenkundla yezokuxhumana namuhla wathi iGagasi FM wuphawu olwashintsha impilo yakhe futhi ubonga kakhulu njengoba wayengenalutho, wayefuna ukuzibulala kodwa uNkulunkulu wamphakamisa, lafezeka iphupho lakhe ngenxa yeGagasi FM.

WP Radio
WP Radio
OFFLINE LIVE