Sekuphele iminyaka engu – 13 adlula emhlabeni uMa Brrrr

Isambane News 10277494_1398815643736792_1461518168464425556_n-208x300 Sekuphele iminyaka engu - 13 adlula emhlabeni uMa Brrrr  Isambane

Sekuphele iminyaka engu-13 adlula emhlabeni
Namuhla kubungazwa usuku okwadlula ngalo emhlabeni umculi owayethandwa kakhulu kuleli, uBrenda Fassie.
Lo mculi washona ngomhlaka-9 kuMeyi eminyakeni engu-13 eyadlula.
Yize kunjalo abathandi bomculo kanye nabaculi imbala bavumelana ngelokuthi akekho oyofana naye futhi washiya isikhala esikhulu kakhulu kwezikaqedisizungu.
Abathandi bomculo bathathele ezinkundleni zokuxhumana bedlulisa imilayezo yokukhumbula le ngqalabutho yakwaXhosa.

Related posts

Leave a Comment